AMABHUBESI AHLALA ENESIBINDI

Hawu! Sawubona.
Mina ngiyibhubesi. Ngabe uyazi ukuthi yini leyo? Uyafuna ngikutshele? Woza ngizokuxoxela.
Ibhubesi linamandla.
Amabhubesi angagijima ngesivinini esikhulu.
Amabhubesi akwazi ukuzilula kakhuuulu.
Futhi, a, a ..., a ...
... anesibindi. Amabhubesi ahlezi enesibindi. Amabhubesi awasabi ...
LU ...
... THO!
RHAAHHH!

I